Man opt

Abahumushi abafanelekayo bolimi-lwendabuko

Kuyinkampani enhle yokuhumusha, ubumqoka bokuphumelela kwayo yikhwalithi yabahumushi bayo. Abahumushi bethu ngaso sonke isikhathi bangongoti abafanelekayo abanolwazi ngolimi abalukhulumayo abahumushela kulo. Bakhethwa ngokusekelwe olwazini nasemakhonweni abo emikhakheni eyahlukene abayenzayo. Konke ukuhumusha kuyogcinwa kuyimfihlo ngokuphelele.

Tjej opt

Amanye amakhasimende sisebenze nawo kuyo yonke leminyaka

Microsoft • Atlas Copco • Metro Nordic • Fuji Autotech • Alstom • Geo Group • Nextron • Bioptech • AON Hewitt • Odd Molly • Skanska • Miele • Aerotec • Symantec • Skånemejerier • Loquax • Veritas • Aerfast • Eriksen • Quicksilver • Verbatim • Meca-Trade • Pharma-EU • Jilsén System • Profile Media • Omnia Läkemedel • Talk Finance • Unicon Products • Rica Hotels


 

10%

wesaphulelo kuyikhasimende elisha


100%

ukwethembela kanye nemfihlo


100%

wesiqinisekiso sokwaneliseka kwekhasimende


100%

wesiqinisekiso sokwaneliseka kwekhasimende



 

Umgomo wethu ukuba ngumlingani wakho ohamba phambili

StjärnorOpt
Inkampani ezoba yi-CE yasungulwa ngo-1999 ngomgomo wokuthi inikeze izinkonzo zokuhumusha ezisheshayo, ezethembekile kanye nezifinyeleleka kalula. Isiqubulo senkampani yethu yokuhumusha ukwenza ukuhumusha kwezinga eliphezulu ngesikhashana esincane. Siyazi ukuthi isikhathi sibaluleke kangakanani ebhizinisini; ukwephuza ngemizuzu embalwa-nje kungaba nemiphumela engemihle. Ngakho i-CE izibophezele ekwenzeni ukuhumusha ngesikhathi nangamanani akahle.

logogrönoptUkuba ne-CE njengomlingani wakho wokuhumusha, akudingeki ukhathazeke ngezikhathi zokuthunyelelwa umsebenzi, izinga, noma inkokhelo. Senza ukuhumusha kwezinga eliphambili emikhakheni eminingi, ngaphandle kokucindezela amakhasimende ethu ngomsebenzi, ukubhala, ukuwachithela isikhathi, noma ngamanani emba eqolo.

logorödoptSizama njalo ukwenza umsebenzi wezinga eliphezulu, futhi senze iphrojekthi ngayinye ngokuvumelana nokufunwa yikhasimende ngalinye. Ugqozi lwethu ngolimi kanye nezinga, kuhlanganise nokunakekela amakhasimende ethu kwezinga eliphezulu, kwenza sihambe phambili kuzo zonke izidingo zakho zokuhumusha.

logoblåoptUma usebenza nathi, ungaqiniseka ukuthi uthola ukuhunyushelwa okunembile, ukuthunyelelwa umsebenzi ngaphambi komnqamula-juqu, futhi ngenani lokwenza umsebenzi okuvunyelenwe ngalo. Siqinisekisa ukuthi uzoneliseka 100% ngayo yonke iphrojekthi osinike yona.


Izindaba

 

Kulula njengo 1-2-3!

1GCWALISA IFOMU ELINGAKWESOKUDLA BESE ULITHUMELA KITHI

2UZOTHOLA IKHOTHESHINI MAHHALA ENEMALI KANYE NOSUKU LOKUTHUMELA UMSEBENZI

3SIZOKWENZA OCELE UKUBA SIKWENZE BESE SITHUMELA UMSEBENZI NGOKUSHESHA

Ukusithinta

CE
Frejgatan 13
114 79  Stockholm
Sweden

+46 8 55 11 07 00

info@ce.se

Ikhotheshini mahhala